Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 6:12 - IsiZulu 2020

12 Umlilo ose-althare kufanele uhlale uvutha, ungacinywa, umphristi uyokokhela izinkuni kuwo njalo ekuseni, ahlele umnikelo wokushiswa, ashise kulo amanoni eminikelo yokuthula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Umlilo ophezu kwe-altare uyakuhlala kulo uvutha njalo, ungacimi; umpristi uyakubasa izinkuni kulo ekuseni njalo, ahlele kulo umnikelo wokushiswa, ashise kulo amanoni eminikelo yokuthula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Umlilo ophezu kwe-altare kumelwe uvuthe kulo; ingase ingacimi; umpristi abeke izinkuni phezu kwawo njalo ekuseni, ahlele umnikelo wokushiswa phezu kwawo; abeke phezu kwalo amanoni eminikelo yokuthula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 6:12
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngabuye ngahlela ukulethwa kwezinkuni ngezikhathi ezimisiweyo, nokwethulwa kwesivuno sokuqala. Nkulunkulu wami, ngikhumbule ngokuhle engikwenzileyo.


Ikamelo elibheke ngasenyakatho ngelabaphristi abagcina inkonzo yase-althare, abangamadodana kaZadoki, okuyibo emadodaneni kaLevi, angasondela kuSimakade ukuba amkhonze.”


Uyokhumula izembatho zakhe, agqoke ezinye bese ekhiphela umlotha ngaphandle kwenkambu, endaweni ehlambulukileyo.


Umlilo uyohlala uvutha njalo e-althare, ungacinywa.


“Yala u-Aroni namadodana akhe, uthi: ‘Nansi indlela engumthetho wokwenza umnikelo wokushiswa: umnikelo wokushiswa uyakuhlala e-althare ubusuku bonke kuze kube ngakusasa, umlilo ose-althare uhlale njalo uvutha.


Kwaphuma umlilo phambi kukaSimakade, waqothula umnikelo wokushiswa, namanoni okwakuse-althare; abantu bonke bekubona lokho, bakhamuluka, bakhothama phansi ngobuso.


kepha kuphela ukulindela ukwehlulelwa okwesabekayo nomlilo ovutha bhe ozakungqongqisa amaphikankani.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ