ULevitikusi 5:11 - IsiZulu 202011 “ ‘Kepha uma engenamandla okuletha amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, maqondana nesono sakhe, uyoletha okweshumi kwe-efa lempuphu ecolisekileyo, kube ngumnikelo wesono, akayukuthela mafutha phezu kwalo, futhi akayukubeka nhlaka phezu kwalo, ngokuba lingumnikelo wesono. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 “ ‘Kepha uma amandla akhe enganeli amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, makalethe umnikelo wakhe ngalokho one ngakho, okweshumi kwe-efa* lempuphu ecolekileyo, ube ngumnikelo wesono, angatheli mafutha phezu kwawo, angabeki nhlaka phezu kwawo, ngokuba kungumnikelo wesono, အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202411 Kodwa uma ungenawo amandla okuletha amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, lowo owonayo kumelwe alethe umnikelo wakhe okweshumi kwe-efa likafulawa ocolekileyo njengomnikelo wesono; akayikuthela amafutha kuwo, angabeki impepho phezu kwawo, ngokuba kungumnikelo wesono. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |