Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 4:8 - IsiZulu 2020

8 Uyosusa wonke amanoni enyameni yeduna lomnikelo wesono; umhlwehlwe, nawo wonke amanoni aphezu kwezangaphakathi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Uyakuthabatha onke amanoni enkunzi yomnikelo wesono, amanoni asibekela izibilini nawo onke amanoni aphezu kwezibilini,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kumelwe asuse wonke amanoni enkunzi yomnikelo wesono; amanoni asibekela izibilini, nawo onke amanoni aphezu kwezibilini;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 4:8
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nokho uSimakade wathanda ukuyishaya ngezifo. Wenza umphefumulo wayo waba ngumnikelo wecala. Iyakusibona isizukulwane sayo, yenze izinsuku zayo zibe ziningi, nentando kaSimakade iyakuphumelela esandleni sayo.


Uyosusa wonke amanoni kulo awashise e-althare.


Uyokwenza ngaleli duna njengoba kwenziwe eduneni lomnikelo wesono; nakuleli uyokwenza kanjalo. Umphristi uyakubenzela ukubuyisana, bathethelelwe.


Wonke amanoni aso uyowashisa kube nentuthu e-althare njengamanoni omhlatshelo wokuthula, umphristi amenzele ukubuyisana, athethelelwe.


Uyowasusa wonke amanoni ayo ngendlela okususwe ngayo amanoni emnikelweni wokuthula, umphristi ayishise kube nentuthu e-althare, kube yiphunga elimnandi kuSimakade, umphristi amenzele ukubuyisana, athethelelwe.


Wonke amanoni ayo uyowasusa ngendlela okususwe ngayo amanoni emnikelweni wewundlu elinikelelwe ukuthula, umphristi awashise kube nentuthu e-althare, phezu kweminikelo yokushiswa kaSimakade, amenzele ukubuyisana ngesono sakhe asenzile, athethelelwe.


“Manje umphefumulo wami ulusizi, ngizakuthini na? Ngithi Baba, ngisindise kulo mzuzu na? Kepha kungenxa yalokhu ngifinyelele kulo mzuzu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ