Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 4:17 - IsiZulu 2020

17 Umphristi uyogcobhoza umunwe wakhe egazini, afafaze i-althare kasikhombisa phambi kukaSimakade naphambi kwesihenqo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Umpristi uyakugcobhoza umunwe wakhe egazini, afafaze ngalo kasikhombisa phambi kukaJehova phambi kwesihenqo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Umpristi kumelwe agcobhoze umunwe wakhe kwelinye legazi alifafaze kasikhombisa phambi kukaJehova, ngaphambi kwesihenqo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 4:17
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyakulifafaza kasikhombisa kulowo ohlanjululwayo ochokweni, amemezele ukuthi uhlambulukile, bese eyayiyeka inyoni ephilayo, indizele endle.


Uyothatha ingxenye yegazi lenkunzi achinse ngomunwe wakhe phambi kwesihlalo somusa ngasempumalanga, uyolichinsa ngomunwe wakhe kasikhombisa phambi kwesihlalo somusa.


Umphristi ogcotshiweyo uyoletha ingxenye yegazi leduna ethendeni lokuhlangana.


Umphristi ogcotshiweyo uyothatha ingxenye yegazi leduna alilethe ethendeni lokuhlangana.


Wafafaza ngamanye i-althare kasikhombisa, waligcoba i-althare nazo zonke izitsha zalo, nomcengezi nesinqe sawo, ukuba kungcweliswe.


U-Eleyazare umphristi, uyothatha igazi laso ngomunwe wakhe, achinse ngalo kasikhombisa ngaphambi kwethende lokuhlangana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ