Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 3:7 - IsiZulu 2020

7 Uma enikela ngewundlu libe ngumnikelo wakhe uyoliletha phambi kukaSimakade,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Uma enikela ngemvu, ibe ngumnikelo wakhe, wonikela ngayo phambi kukaJehova,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Uma eletha iwundlu libe ngumhlatshelo wakhe, woliletha phambi kukaJehova;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 3:7
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi naye wonke u-Israyeli, ekanye nayo, banikela ngomhlatshelo phambi kukaSimakade.


“ ‘Uma umnikelo ungumhlatshelo wokuthula, ophuma emhlanjini, noma yiduna noma yinsikazi, uyonikela ngokungenasici phambi kukaSimakade.


khona-ke lowo onikela ngomnikelo wakhe uyoletha kuSimakade umnikelo wokusanhlamvu wokweshumi kwempuphu ecolisekileyo exovwe nokwesine kwehini lamafutha;


newayini libe ngumnikelo wokuphuzwayo, uyonikela okwesine kwehini noma nomnikelo wokushiswa kube yimvana eyodwa yomhlatshelo.


Enye imvu uyonikela ngayo ekuseni, enye kusihlwa.


ngokuba lokho okwenziwa esithe kuyihlazo ngisho nokukhuluma ngakho,


nihambe othandweni, njengoba uKhristu wasithanda, wazinikela ngenxa yethu, ukuba abe ngumnikelo; umhlatshelo, nephunga elimnandi kuNkulunkulu.


kakhulu kangakanani igazi likaKhristu, okwathi ngoMoya ophakade wazinikela kuNkulunkulu engenasici, lizakuhlanza unembeza wethu emisebenzini efileyo, ukuze sikhonze uNkulunkulu ophilayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ