Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 3:4 - IsiZulu 2020

4 izinso zombili namafutha azembozile ngasokhalo, nengxenye yesibindi, akukhiphe konke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 nezinso zombili namanoni akuzo angasezinkalweni, namanoni aphezu kwesibindi, ewasusa ngasezinsweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Izinso zombili namanoni akuzo, asezinhlangothini, nengqamuzana eliphezu kwesibindi, kanye nezinso, kumelwe akususe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 3:4
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyowathatha wonke amafutha emboze okwangaphakathi, namanoni asesibindini, nezinso zombili namanoni akuzo, ukushise e-althare.


“Uyothatha amanoni enqama, amanoni omsila, umhlwehlwe, amanoni asesibindini, izinso zombili namanoni azo, nomlenze wangakwesokudla, ngokuba yinqama yokubekwa kwabo.


Liyakukhishwa izitho, inhloko namanoni alo, umphristi akuhlele phezu kwezinkuni eziphezu kwe-althare,


Amadodana ka-Aroni angabaphristi ayohlela izitho: inhloko, namanoni phezu kwezinkuni ezisemlilweni e-althare,


nezinso zombili namanoni azembozile asokhalo, namanoni aphezu kwesibindi, uyowasusa nezinso.


nezinso zombili namanoni azembozile asokhalo, namanoni aphezu kwesibindi, uyowasusa ezinsweni.


Uyothatha kulowo mnikelo wokuthula anikele ngawo ube ngumnikelo womlilo kuSimakade, umhlwehlwe nawo wonke amanoni amboze ezangaphakathi,


Amadodana ka-Aroni ayokushisa konke lokhu kube nentuthu e-althare, nomnikelo wokushiswa ophezu kwezinkuni, kube ngumnikelo womlilo, ube yiphunga elimnandi kuSimakade.


Uyosusa wonke amanoni enyameni yeduna lomnikelo wesono; umhlwehlwe, nawo wonke amanoni aphezu kwezangaphakathi,


nezinso zombili namanoni azembozile nasokhalo, namanoni aphezu kwesibindi, awasuse nezinso,


izinso zombili ezisokhalo namanoni akuzo, nengxenye yesibindi enonile iyosuswa nezinso.


UMose wathatha wonke umhlwehlwe, namanoni aphezu kwesibindi, nezinso zombili amanoni azembozile, wakushisa e-althare.


Wathatha amanoni, umsila ononile, umhlwehlwe, amanoni aphezu kwesibindi, nezinso zombili namanoni azembozile, nomlenze wesokunene,


kodwa amanoni nezinso nalawo asesibindini emnikelweni wesono wakushisa e-althare, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.


amanoni enkunzi, awenqama, awomsila ononileyo, umhlwehlwe, namanoni ezinso nawesibindi,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ