Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 27:7 - IsiZulu 2020

7 Uma kungowesilisa oneminyaka engama-60 kuya phezulu kuyakuba ngamashekeli ali-15, uma kungowesifazane kube ngamashekeli alishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Uma kusukela koneminyaka engamashuni ayisithupha kuya phezulu, nalapho kungowesilisa, ukulinganisa kwakho kuyakuba ngamashekeli* ayishumi nanhlanu, nowesifazane kube ngamashekeli ayishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Uma kusukela koneminyaka engamashumi ayisithupha kuya phezulu; uma kungowesilisa, ukulinganisa kwakho kuyakuba ngamashekeli ayishumi nanhlanu, nokowesifazane kube ngamashekeli ayishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 27:7
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinsuku esiziphilayo ziyiminyaka engamashumi ayisikhombisa, kuthi uma ziziningi, zibe yiminyaka engamashumi ayisishiyagalombili.


Uma kungowesilisa onenyanga kuya eminyakeni emihlanu, ngokwesilinganiso senu kuyakuba ngamashekeli ayisihlanu esiliva, owesifazane kube ngamashekeli amathathu esiliva.


Kepha uma owethembisayo empofu, uyoyiswa kumphristi, umphristi uyomlinganisela ngokwamandla akhe lowo owenze isithembiso.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ