Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 27:18 - IsiZulu 2020

18 Kepha uma engcwelisa insimu yakhe ngemuva kwejubhili, umphristi uyombalela imali ngokweminyaka eseleyo kuze kufike unyaka wejubhili, bese kususwa lokho okulinganisiwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kepha uma ungcwelisa insimu emva kwejubili,* umpristi uyakumbalela imali ngeminyaka eseleyo kuze kufike umnyaka wejubili, kuncishiswe ukulinganisa kwakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kodwa uma engcwelisa isiqephu sezwe lakhe ngemva konyaka wejubili, umpristi kumelwe ambalele imali ngokweminyaka esele kuze kufike umnyaka wejubili, futhi kumelwe kukhishwe esilinganisweni sakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 27:18
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

uyobala iminyaka selokhu alithengisa, bese kuthi okuseleyo akudlulisele kulowo muntu ayemthengisele lona, yena abuyele efeni lakhe.


“ ‘Uma umuntu eyakwehlukanisa indlu yakhe ibe ngcwele kuSimakade, umphristi uyakuyilinganisa ukubona ukuthi yinhle noma yimbi; njengalokhu umphristi eyilinganisile, kuyakuba kanjalo.


Uma engcwelisa insimu yakhe kusukela ngonyaka wejubhili, ukulinganisa kwakhe kuyakuma.


Uma ongcwelisa insimu ethanda ngempela ukuyihlenga, uyakuthasisela kuyo okwesihlanu kwemali yokulinganiswa kwayo, bese ibuyela kuye.


umphristi uyakumbalela isamba sayo kuze kufike unyaka wejubhili, intengo eyakukhokhwa ngalolo lusuku, iyakuba ngcwele kuSimakade.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ