ULevitikusi 27:14 - IsiZulu 202014 “ ‘Uma umuntu eyakwehlukanisa indlu yakhe ibe ngcwele kuSimakade, umphristi uyakuyilinganisa ukubona ukuthi yinhle noma yimbi; njengalokhu umphristi eyilinganisile, kuyakuba kanjalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 “ ‘Nxa umuntu eyakungcwelisa indlu yakhe ibe ngcwele kuJehova, umpristi uyakuyilinganisa uma inhle noma imbi; njengalokhu umpristi eyilinganisa, kuyakuba njalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Uma umuntu engcwelisa indlu yakhe ukuba ibe ngcwele kuJehova, umpristi uyakuyilinganisa ukuthi inhle noma yimbi; njengalokhu umpristi eyilinganisa, kumelwe ime kanjalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |