Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 27:13 - IsiZulu 2020

13 Kodwa uma ethanda ngempela ukusihlenga, uyakuthasisela okwesihlanu kwaso kukho okulinganisiweyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kepha uma ethanda ngempela ukusihlenga, uyakuthasisela okwesihlanu kwaso kukho ukulinganisa kwakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kodwa uma ethanda ukuyihlenga, kumelwe enezele ingxenye yesihlanu yayo esilinganisweni sakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 27:13
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“ ‘Uma umuntu edle okungcwele ngephutha, uyothasisela ngokwesihlanu kwakho okungcwele, akunike umphristi.


Akayukuzishintshanisa, futhi akayukuzenana ngezinye, noma kungaba ngesihle ngesibi, noma ngesibi ngesihle; uma isilwane sinanwa ngesinye isilwane, zombili okungukuthi leso nokwenanwa ngaso ziyakuba ngcwele.


umphristi uyakusihlola ukuze abone noma sihle noma sibi; njengalokho umphristi elinganisile, kuyakuba kanjalo.


“ ‘Uma umuntu eyakwehlukanisa indlu yakhe ibe ngcwele kuSimakade, umphristi uyakuyilinganisa ukubona ukuthi yinhle noma yimbi; njengalokhu umphristi eyilinganisile, kuyakuba kanjalo.


Uma oyingcwelisayo ethanda ukuyihlenga indlu yakhe, uyakuthasisela okwesihlanu kwemali yokulinganiswa, bese iba ngeyakhe.


Uma ongcwelisa insimu ethanda ngempela ukuyihlenga, uyakuthasisela kuyo okwesihlanu kwemali yokulinganiswa kwayo, bese ibuyela kuye.


Uma kungelesilwane esingcolileyo, uyakulihlenga ngenkathi lilinganiswa, uyothasisela okwesihlanu kwakho; uma lingahlengwa, kuyakuthengiswa ngalo lapho lilinganiswa.


Uyakukhokhela lokho akonile ezintweni ezingcwele, athasisele okwesihlanu kukho, bese ekunika umphristi, umphristi uyomenzela ukubuyisana ngenqama yomnikelo wecala, athethelelwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ