ULevitikusi 26:6 - IsiZulu 20206 “ ‘Ngiyakuninika ukuthula ezweni, nilale ningesatshiswa muntu. Ngiyakuziqeda nya izilwane ezimbi ezweni, nenkemba ayiyukudabula ezweni lakini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 “ ‘Ngiyakunika ukuthula ezweni, nilale phansi ningesatshiswa muntu; ngiyakuqothula izilwane ezimbi ezweni, nenkemba ayiyikudabula ezweni lakini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20246 Ngiyakuninika ukuthula ezweni, nilale, ningethuswa muntu; ngiyakunquma izilo ezimbi ezweni, nenkemba ayiyikudabula ezweni lakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |