Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 22:31 - IsiZulu 2020

31 “Ngakho-ke niyoyigcina imiyalo yami, niyenze; nginguSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 “Ngalokho anogcina imiyalo yami, niyenze; nginguJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Ngalokho anogcina imiyalo yami, niyenze; nginguJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 22:31
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyogcina izimiso zakhe nemiyalo yakhe engikuyala ngakho namuhla ukuze kube kuhle kuwe, nakubantwana bakho emva kwakho, ukuze zande izinsuku zakho ezweni uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona, kuze kube phakade.”


Niyohlala nikhumbula ukugcina yonke imiyalo yami, nibe ngcwele kuNkulunkulu wenu.


“ ‘Niyozigcina zonke izimiso zami, nizenze zonke izehlulelo zami; nginguSimakade.’ ”


Uyakudliwa ngalolo lusuku, aniyukushiya lutho lwawo kuze kube sekuseni; nginguSimakade.


Aniyukulihlambalaza igama lami elingcwele; ngiyakuzibonakalisa ngingcwele phakathi kwabantu bakwa-Israyeli; nginguSimakade oningcwelisayo,


“ ‘Niyakuzigcina izimiso zami. Aniyukuvumela izilwane zenu zizekwe ngolunye uhlobo. Aniyukuhlwanyela ensimini yenu izinhlobo ezimbili zembewu, futhi aniyukugqoka ingubo eyenziwe ngezinhlobo ezimbili zezintanjana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ