ULevitikusi 22:18 - IsiZulu 202018 “Yisho ku-Aroni namadodana akhe, nabo bonke abantu bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Yilowo nalowo wendlu yakwa-Israyeli noma ongumfokazi kwa-Israyeli, onikela ngomnikelo wakhe ngenxa yesifungo nanoma yisiphi, noma umnikelo wakhe wesihle, uyowunikela kuSimakade, ube ngumnikelo wokushiswa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 “Yisho ku-Aroni, nakumadodana akhe, nakubo bonke abantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Yilowo nalowo wendlu ka-Israyeli noma umfokazi kwa-Israyeli onikela ngomnikelo wakhe, noma owesithembiso sakhe noma oweminikelo yakhe yesihle, okunikelwa ngayo kuJehova ibe ngumnikelo wokushiswa, အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202418 Yisho ku-Aroni nakumadodana akhe nakubo bonke abantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Yilowo nalowo owendlu ka-Israyeli noma owezizweni kwa-Israyeli uyini umnikelo wakhe wokudla kuzo zonke izithembiso zakhe nakuyo yonke iminikelo yakhe yesihle anikela ngayo. Bayakunikela kuJehova njengomnikelo wokushiswa; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |