Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 20:16 - IsiZulu 2020

16 “ ‘Uma owesifazane esondela esilwaneni ukuba alale naso, uyobulawa owesifazane nesilwane; bayobulawa nokubulawa, igazi labo libe semakhanda abo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “ ‘Uma owesifazane esondela esilwaneni, alale naso, wobulala owesifazane nesilwane; bobulawa nokubulawa, igazi labo libe phezu kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Uma owesifazane esondela esilwaneni, alale kuso, kumelwe nimbulale owesifazane nesilwane; kufanele babulawe impela; igazi labo liyakuba phezu kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 20:16
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mabangathintwa ngesandla, kodwa mabakhandwe ngamatshe, noma bacitshwe ngemicibisholo, noma ngabe yisilwane, noma ngumuntu akuyukuphila.’ Lapho icilongo likhala isikhathi eside, bayokhuphukela entabeni.”


“Uma inkabi igwaze owesilisa noma owesifazane yambulala, leyo nkabi iyakukhandwa ngamatshe, ife; inyama yayo ayiyukudliwa, umniniyo akayukuba nacala.


Uma inkabi igwaze yabulala isigqila sesilisa noma sesifazane, umniniyo uyokhokhela umnini wesigqila amashekeli esiliva angama-30; inkabi ikhandwe ngamatshe.


“ ‘Awuyukulala nesilwane uzingcolise ngaso; nowesifazane akayukuma phambi kwesilwane ukuba alale naso; kuyichilo.


“ ‘Uma umuntu elala nesilwane, uyobulawa nokubulawa, nesilwane sibulawe.


“ ‘Uma umuntu eyothatha udadewabo, indodakazi kayise noma indodakazi kanina, abone ubunqunu bayo, nayo ibone ubunqunu bakhe, kuyihlazo lokho; bayakunqunywa phambi kwabantu bakubo, ngokuba embulile ubunqunu bukadadewabo, uyothwala icala lakhe.


ngokuba babengenakukuthwala lokho abayalwa ngakho kokuthi: “Ngisho nesilwane, uma sithinta intaba, siyakukhandwa ngamatshe.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ