Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 2:5 - IsiZulu 2020

5 Uma umnikelo wakho ungowokusanhlamvu okugazingwe ngomqengele akube ngowempuphu ecolisekileyo engenamvubelo exovwe namafutha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Uma umnikelo wakho ungumnikelo wempuphu ephekwe ngomqengele, woba ngowempuphu ecolekileyo engenamvubelo, exovwe ngamafutha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Uma umnikelo wakho wokudla kungumnikelo wokudla obhakwe epanini, kumelwe ube ngokafulawa ocolekileyo ongenamvubelo oxutywe namafutha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 2:5
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wuhlephule ube yimvuthu bese uthela amafutha kuwo, kungumnikelo wokusanhlamvu.


Uyokwenziwa ngamafutha emqengeleni, uyowungenisa usuxutshwe kahle waba yizingcezu, uyowunikela uyizingcezu; ube yiphunga elimnandi kuSimakade.


“ ‘Uma enikela ngawo ube ngumnikelo wokubonga, uyakuwunikela uhambisana nomnikelo wokubonga wamaqebelengwane angenamvubelo axutshwe namafutha, namakhekheba angenamvubelo agcotshwe ngamafutha, namaqebelengwane empuphu ecolisekileyo exutshwe namafutha.


Yonke iminikelo yokusanhlamvu ebhakwe kuhhavini, naleyo elungiselwe okhambeni nasemqengeleni ombozwayo iyakuba ngeyomphristi onikele ngayo.


Wanikela ngesitsha sesiliva isisindo saso singamashekeli ayi-130, nesitsha sesiliva esingumcengezi esingamashekeli angama-70 ngokweshekeli lendawo engcwele. Kokubili kwakugcwele impuphu ecolisekileyo exovwe namafutha, kungumnikelo wokusanhlamvu,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ