Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 2:15 - IsiZulu 2020

15 uthele amafutha kuwo, ubeke inhlaka phezu kwawo; kungumnikelo wokusanhlamvu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 uthele amafutha kuwo, ubeke inhlaka phezu kwawo; kungumnikelo wempuphu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kumelwe uthele amafutha phezu kwawo, ubeke impepho phezu kwawo; kungumnikelo womlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 2:15
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

isinkwa esingenamvubelo, namaqebelengwane angenamvubelo agcotshwe ngamafutha, ukwenze ngempuphu kakolo ecolisekileyo.


USimakade wathi kuMose: “Thatha amakha anuka kamnandi: inathafi, ishehelethe, ihelibena, namakha empepho ecwengekileyo.


“ ‘Noma ngubani oletha umnikelo wokusanhlamvu kuSimakade, umnikelo kufanele ube ngowempuphu ecolisekileyo, athele amafutha kuwo, abeke nenhlaka kuwo.


“ ‘Uma uletha umnikelo wokusanhlamvu wolibo kuSimakade, uyonikela ngeminyani yamabele eshiswe ngomlilo, amabele abhuliweyo eminyani emisha, kube ngumnikelo wokusanhlamvu wolibo lwakho,


Umphristi ashise okuyisikhumbuzo sawo, ingxenye yokusanhlamvu okugquliweyo kwawo nengxenye yamafutha awo nayo yonke inhlaka yawo; kungumnikelo womlilo kuSimakade.


“ ‘Kepha uma engenamandla okuletha amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, maqondana nesono sakhe, uyoletha okweshumi kwe-efa lempuphu ecolisekileyo, kube ngumnikelo wesono, akayukuthela mafutha phezu kwalo, futhi akayukubeka nhlaka phezu kwalo, ngokuba lingumnikelo wesono.


khona-ke lowo onikela ngomnikelo wakhe uyoletha kuSimakade umnikelo wokusanhlamvu wokweshumi kwempuphu ecolisekileyo exovwe nokwesine kwehini lamafutha;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ