Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 18:9 - IsiZulu 2020

9 “ ‘Awuyukubembula ubunqunu bukadadewenu, indodakazi kayihlo noma indodakazi kanyoko, ezelwe kwenu, noma ezelwe kwelinye ikhaya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “ ‘Ungambuli ubunqunu bukadadewenu, indodakazi kayihlo noma indodakazi kanyoko, noma ezelwe kini, noma ezelwe kwelinye; ungambuli ubunqunu babo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ihlazo likadadewenu, indodakazi kayihlo noma indodakazi kanyoko, kungakhathaliseki ukuthi wazalelwa ekhaya noma kwelinye, akufanele uwambule ihlazo labo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 18:9
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Omunye wenze isinengiso nomkamakhelwane wakhe. Omunye wangcolisa umalokazana wakwakhe ngobufebe, omunye kubo wone udadewabo, indodakazi kayise.


“ ‘Awuyukubembula ubunqunu bendodakazi yendodana yakho, noma bendodakazi yendodakazi yakho, ngokuba ubunqunu babo bungubunqunu bakho.


“ ‘Awuyukubembula ubunqunu bendodakazi yomkayihlo, ezalwa nguyihlo; ingudadewenu.


“ ‘Uma umuntu eyothatha udadewabo, indodakazi kayise noma indodakazi kanina, abone ubunqunu bayo, nayo ibone ubunqunu bakhe, kuyihlazo lokho; bayakunqunywa phambi kwabantu bakubo, ngokuba embulile ubunqunu bukadadewabo, uyothwala icala lakhe.


“ ‘Makaqalekiswe olala nodadewabo, indodakazi kayise noma indodakazi kanina.’ “Bonke abantu bayothi: ‘Amen.’


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ