ULevitikusi 17:5 - IsiZulu 20205 Ngalokho abantu bakwa-Israyeli bayoletha imihlatshelo yabo abayihlabele endle, bayoyiletha kuSimakade, kumphristi ongasemnyango wethende lokuhlangana bayinikele ibe yiminikelo yokuthula kuSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Ngalokho abantwana bakwa-Israyeli bayakuletha imihlatshelo yabo abayihlaba endle, bayilethe kuJehova ngasemnyango wetende lokuhlangana, kumpristi, banikele ngayo ibe yiminikelo yokuthula kuJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20245 Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bangaletha imihlatshelo yabo abayiletha endle, bayilethe kuJehova ngasemnyango wetende lokuhlangana kumpristi, bayilethe ngokuthula. Iminikelo kaJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
ngesikhathi sengibangenise ezweni engangifungile ukuthi ngiyobanika lona. Kwathi lapho bebona amagquma aphakemeyo nazo zonke izihlahla ezinamacembe, base benikela lapho ngemihlatshelo yabo, bangichukuluza ngeminikelo yabo, benza lapho kwaba nephunga elimnandi, bathululela lapho iminikelo yokuphuzwayo.