ULevitikusi 16:4 - IsiZulu 20204 embethe ibhantshi lelineni elingcwele, efake ibhulukwe lelineni, ezibophe ngebhande lelineni, ethwele umshuqulu welineni. Lezo yizembatho ezingcwele. Uyakugeza umzimba wakhe ngamanzi, bese ezigqoka. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 embathe ibhantshi elingcwele lelineni, abe nebhulukwe lelineni emzimbeni wakhe, abhince ibhande* lelineni, afake isigqoko selineni; lezi ziyizambatho ezingcwele; uyakugeza umzimba wakhe ngamanzi, azembathe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20244 Uyakwembatha ingubo engcwele yelineni, abe nebhulukwe lelineni emzimbeni wakhe, abhince ibhande lelineni, abhince nomshuqulo welineni; lezi ziyizingubo ezingcwele; ngakho-ke kufanele ageze umzimba wakhe ngamanzi futhi awugqoke kanje. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |