Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 16:32 - IsiZulu 2020

32 Umphristi oyogcotshwa ahlukaniselwe ukuba abe ngumphristi esikhundleni sikayise, uyokwenza ukubuyisana, agqoke izembatho zelineni, izembatho ezingcwele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Umpristi oyakugcotshwa ahlukaniselwe abe ngumpristi esikhundleni sikayise uyakwenza ukubuyisana, afake izambatho zelineni, izambatho ezingcwele,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Umpristi azomgcoba futhi amngcwelise ukuba akhonze esikhundleni sobupristi esikhundleni sikayise, kumelwe enze isihlawulelo futhi embathe izingubo zelineni, okuyizingubo ezingcwele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 16:32
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

embethe ibhantshi lelineni elingcwele, efake ibhulukwe lelineni, ezibophe ngebhande lelineni, ethwele umshuqulu welineni. Lezo yizembatho ezingcwele. Uyakugeza umzimba wakhe ngamanzi, bese ezigqoka.


Umphristi ogcotshiweyo uyoletha ingxenye yegazi leduna ethendeni lokuhlangana.


Umphristi ogcotshiweyo uyothatha ingxenye yegazi leduna alilethe ethendeni lokuhlangana.


uma kungumphristi ogcotshiweyo owonayo, ngaleyo ndlela ehlisele icala kubantu, uyonikela ngenxa yesono sakhe, ngeduna elingenasici liphuma emhlanjini wakhe libe ngumnikelo wakhe wesono kuSimakade.


Uyobopha u-Aroni namadodana akhe ngemibhunkulo okhalo lwabo, ubathwese nezigqoko, ubuphristi buyakuba ngobabo ngokwesimiso saphakade. Uyakumbeka kanjalo u-Aroni namadodana akhe.


Uyokwenzela indlu engcwele ukubuyisana, enzele abaphristi nabantu bonke bebandla ukubuyisana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ