Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 16:30 - IsiZulu 2020

30 Ngokuba ngalolo lusuku niyokwenzelwa ukubuyisana ukuze nihlanjululwe; nihlambuluke ezonweni zenu zonke phambi kukaSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Ngokuba ngalolo suku niyakwenzelwa ukubuyisana ukuba nihlanjululwe; niyakuhlambuluka ezonweni zenu zonke phambi kukaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Ngokuba ngalolo suku umpristi uyakunenzela ukubuyisana ukuba anihlambulule, nihlambuluke ezonweni zenu zonke phambi kukaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 16:30
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nkulunkulu, dala kimi inhliziyo ehlanzekileyo, uvuse umoya oqinileyo phakathi kwami.


Ngigezisise ebubini bami, ungihlanze esonweni sami.


Ngihlanze ngehisophi, ngihlambuluke, ngigeze, ngibe mhlophe kuneqhwa.


Ngiyakubahlambulula kubo bonke ububi babo abone ngabo kimi, ngizithethelele zonke izono zabo abazenzileyo nabaphambuke ngazo kimi.


“Usuku lweshumi lwenyanga yesikhombisa luwusuku lokubuyisana; niyoba nomhlangano ongcwele, nithobise imiphefumulo yenu, ninikele ngomnikelo womlilo kuSimakade.


Aniyukwenza msebenzi ngalolo lusuku, ngokuba luwusuku lokubuyisana, ukuze nenzelwe ukubuyisana phambi kukaSimakade uNkulunkulu wenu.


ukuba alingcwelise, alihlambulule ngokuligeza ngamanzi, nangezwi,


owazinikela ngenxa yethu, ukuze asihlenge ebubini bonke, azihlambululele isizwe esingesakhe, esinokushisekela imisebenzi emihle.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ