Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 15:32 - IsiZulu 2020

32 Lena yindlela yomthetho eyolandelwa kulabo abamfimfayo: lowo oshaywa yizibuko ngaleyo ndlela abe ngongcolile,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Lowo ungumthetho wocucuzayo nowoshaywa yizibuko, aze angcole ngakho,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Lona ngumthetho walowo onomopho, nowokuzalwa kwakhe okuphuma kuye, angcoliswe ngakho;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 15:32
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Nanku umthetho wendlu: Esiqongweni sentaba, wonke umngcele wayo oyizungeze gimbici, uyakuba ngcwele kakhulu. Uyabona-ke, lokho kungumthetho wendlu.


“ ‘Lena yindlela yomthetho elandelwayo ngezilwane nezinyoni nezilwane zonke ezitshuza emanzini, nezilwane zonke ezinwabuzelayo emhlabeni,


Lena yindlela yomthetho eyakulandelwa esifeni sochoko engutsheni yoboya bezimvu noma kweyelineni noma ezintanjeni eziqondileyo noma kwezinqamulayo noma entweni yesikhumba, ukumemezela ukuthi kuhlambulukile noma kungcolile.


“Lena yindlela yomthetho eyolandelwa kulowo onochoko ngosuku ahlanjululwa ngalo: uyolethwa kumphristi,


Lena yindlela yomthetho eyolandelwa kulowo onesifo sochoko, ongenawo amandla okuba nomnikelo oqondene nokuhlanjululwa kwakhe.


Lena yindlela yomthetho eyolandelwa ngesifo sochoko esiyizinhlobonhlobo nangomuna:


“ ‘Uma umuntu eshaywa yizibuko, uyakugeza wonke umzimba wakhe ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.


“ ‘Kanjalo-ke niyakugcina abantu bakwa-Israyeli behlukanisiwe nokungcola kwabo ukuze bangafeli ekungcoleni kwabo, nokuba bangayingcolisi indawo yami engihlala kuyo phakathi kwabo.’ ”


nowesifazane osesikhathini, nanoma yimuphi omfimfayo, kungaba ngowesilisa noma ngowesifazane, nendoda elala nowesifazane ongcolileyo.


“ ‘Nanku umthetho uma umuntu efela ethendeni: yilowo nalowo ongena ethendeni nalowo osethendeni uyakuba ngongcolileyo izinsuku eziyisikhombisa.


“ ‘Yilona umthetho wesikhwele, uma umfazi ephambukile esephansi kwendoda yakhe, wazingcolisa,


“ ‘Nanku umthetho womnaziri lapho izinsuku zobunaziri bakhe seziphelele: uyakulethwa emnyango wethende lokuhlangana,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ