Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 15:12 - IsiZulu 2020

12 “ ‘Isitsha sebumba esithintwe ngomfimfayo siyakuphihlizwa, zonke izitsha zokhuni ziyakuhashazwa ngamanzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “ ‘Isitsha sebumba asithinta ocucuzayo siyakwaphulwa, nazo zonke izitsha zomuthi ziyakuhashazwa ngamanzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Into yomhlabathi enokugobhoza ayoyithinta iyakwaphulwa, nazo zonke izigodo ziyakugezwa ngamanzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 15:12
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyakubaphula ngentonga yensimbi, ubaphihlize njengokhamba lombumbi.”


Kumemeza ezinkundleni nasemasangweni omuzi, kukhuluma kuthi:


Buyani ngenxa yokusola kwami, lalelani, manginithululele okusemoyeni wami, nginazise amazwi ami.


Ndodana yami, makungasuki emehlweni akho, gcina ukuhlakanipha namasu,


“ ‘Wonke umuntu othintwe ngomfimfayo, engazigezanga izandla zakhe ngamanzi, uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolileyo kuze kuhlwe.


Uyokwenziwa ngamafutha emqengeleni, uyowungenisa usuxutshwe kahle waba yizingcezu, uyowunikela uyizingcezu; ube yiphunga elimnandi kuSimakade.


Kodwa isitsha sebumba obekuphekelwe kuso siyophihlizwa, kodwa uma bekuphekelwe kwesethusi kumele siphalwe bese sigezwa ngamanzi.


Ngokuba siyazi ukuthi uma idokodo eliyindlu yethu yasemhlabeni lidilizwa, thina sinesakhiwo esivela kuNkulunkulu, indlu engenziwanga ngezandla, engeyaphakade, esezulwini.


NguYena oyakuguqula isimo somzimba wethu wokuthotshiswa, ufane nomzimba wakhe wenkazimulo. Lokho uyakukwenza ngamandla akhe akwazi ukuzihlelela ngawo konke phansi kwakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ