Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 14:16 - IsiZulu 2020

16 agcobhoze umunwe wakhe wesokunene emafutheni asesandleni sakhe sokhohlo, achinse amafutha ngomunwe wakhe kasikhombisa phambi kukaSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 umpristi agcobhoze umunwe wakhe wokunene emafutheni asesandleni sakhe sokhohlo, afafaze ngamafutha phambi kukaJehova kasikhombisa ngomunwe wakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Umpristi kumelwe agcobhoze umunwe wakhe wesokunene emafutheni asesandleni sakhe sobunxele, amanye afafaze amanye amafutha ngomunwe wakhe kasikhombisa phambi kukaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 14:16
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umphristi uyothatha amanye amafutha kulo ilogi, awathele entendeni yesandla sakhe sokhohlo;


Amanye amafutha asele esandleni sakhe umphristi uyowagcoba endlebeni yesokunene yalowo ohlanjululwayo, nasesithupheni sesandla sakhe sokunene, nakuqukula wonyawo lwakhe lwesokunene, phezu kwegazi lomnikelo wecala.


Umphristi uyogcobhoza umunwe wakhe egazini, afafaze i-althare kasikhombisa phambi kukaSimakade naphambi kwesihenqo.


Umphristi uyogcobhoza umunwe wakhe egazini, achinse ingxenye yalo kasikhombisa phambi kukaSimakade phambi kwesihenqo sendlu engcwele.


Wafafaza ngamanye i-althare kasikhombisa, waligcoba i-althare nazo zonke izitsha zalo, nomcengezi nesinqe sawo, ukuba kungcweliswe.


Abatholakalanga yini abazobuya bamnike udumo uNkulunkulu, ngaphandle kwalo wabezizwe na?”


Ngakho-ke noma niyadla, noma niyaphuza, noma nenzani nje, konke kwenzeleni udumo lukaNkulunkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ