Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 13:56 - IsiZulu 2020

56 Uma umphristi eselihlolile ibala, wathola ukuthi selifiphele emveni kokuba lihlanziwe, uyakuliklebhula engutsheni noma esikhumbeni noma ezintanjeni eziqondileyo noma kwezinqamulayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

56 Uma umpristi ebheka, ibala selifiphele lihlanziwe, bheka, makalintwengule engutsheni noma esikhumbeni noma ezintanjeni eziqondileyo noma kwezinqamulayo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

56 Lapho umpristi ebheka, bheka, isifo simnyama ngemva kokugezwa; khona-ke kumelwe aliklebhule engutsheni noma esikhumbeni noma emphethweni noma ezintangeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 13:56
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

noma ngabe sisezintanjeni eziqondileyo noma sikwezinqamulayo, ezelineni noma ezoboya bezimvu, noma sisesikhumbeni, noma sisentweni eyenziwe ngesikhumba,


Umphristi uyobuye akuhlole emveni kokuhlanzwa kwesifo. Uma ibala lingaguqukile embaleni walo, lingandile, ingcolile, uyoyishisa ngomlilo; kungumcothu odlayo noma ngaphakathi noma ngaphandle.


Uma lisabonakala futhi engutsheni noma ezintanjeni eziqondileyo noma kwezinqamulayo noma entweni yesikhumba, uyokushisa ngomlilo lokho isifo esisavela kukho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ