Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 13:52 - IsiZulu 2020

52 Uyoyishisa ingubo, noma izintanjana eziqondileyo noma ezinqamulayo, noma eyoboya bezimbuzi noma eyelineni, noma yini yesikhumba enesifo, ngokuba kuluchoko olubi; kuyakushiswa ngomlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

52 Woshisa ingubo, noma izintanjana eziqondileyo noma ezinqamulayo, noma eyoboya bezimbuzi noma eyelineni, noma into yesikhumba esikuyo isifo, ngokuba kuluchoko olubi; kuyakushiswa ngomlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

52 Ngakho uyakushisa ingubo, noma kuyintambo noma kuyintambo, yoboya noma yelineni, noma yini yesikhumba, esikuyo isifo, ngokuba iwuchoko olubi; kumelwe ishiswe ngomlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 13:52
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Niyokuthatha njengokungcolile okunamekiweyo kwezithombe zenu ezibaziweyo zesiliva, nesimbozo sezithombe zenu zegolide ezibunjiweyo; niyakuzilahla njengokowesifazane okungcolileyo, nithi kukho: “Suka lapha.”


Uma esinye sazo siwela ezitsheni, konke okukuzo kuyoba ngokungcolileyo, niyakusiphahlaza isitsha.


Konke okuwele kukho okwesidumbu saso kuyakuba ngokungcolile, noma iziko noma ikhanzi; kuyophohlozwa; kungcolile futhi kuyohlala kungcolile kini.


“Ingubo esinindeke ngesifo sochoko, noma yingubo yoboya noma yingubo yelineni,


noma ngabe sisezintanjeni eziqondileyo noma sikwezinqamulayo, ezelineni noma ezoboya bezimvu, noma sisesikhumbeni, noma sisentweni eyenziwe ngesikhumba,


uyobuye ayosihlola isifo ngosuku lwesikhombisa. Uma isifo sandile engutsheni noma ezintanjeni eziqondileyo noma kwezinqamulayo noma esikhumbeni, nakuba isikhumba sisetshenziswa noma kumuphi umsebenzi; isifo siluchoko olubi.


“Uma umphristi ehlole isifo, wathola ukuthi asandile engutsheni noma ezintanjeni eziqondileyo noma kwezinqamulayo noma entweni yesikhumba;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ