ULevitikusi 13:34 - IsiZulu 202034 Ngosuku lwesikhombisa uyomhlola onomuna. Uma umuna ungandanga esikhumbeni, futhi ubonakala ungashonile kunesikhumba, umphristi uyakumemezela ukuthi uhlambulukile. Uyohlanza izingubo zakhe, ahlambuluke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE34 ngosuku lwesikhombisa umpristi abheke umuna; uma umuna ungandile esikhumbeni, futhi ubonakala ungashonile kunesikhumba, bheka, umpristi makasho athi uhlambulukile; makahlanze izingubo zakhe, ahlambuluke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202434 Ngosuku lwesikhombisa umpristi kumelwe abheke utwayi, abone uma utwayi lungandile esikhumbeni futhi lungabonakali lushonile kunesikhumba; khona-ke umpristi kumelwe athi uhlanzekile; kumelwe ahlanze izingubo zakhe futhi ahlanzeke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |