Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 13:32 - IsiZulu 2020

32 Ngosuku lwesikhombisa umphristi uyosihlola isifo; uma singandile futhi kungekho zinwele ezimpofu kuso, isifo sibonakala singashonile kunesikhumba,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 ngosuku lwesikhombisa umpristi abheke isifo; uma umuna ungandile, futhi kungekho zinwele ezimpofu kuwo, umuna ubonakala ungashonile kunesikhumba,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Ngosuku lwesikhombisa umpristi kumelwe abheke isifo, abone uma utwayi lungandile futhi akukho zinwele eziphuzi kuso, futhi utwayi alushonile kunesikhumba lapho ubonakala;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 13:32
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

umphristi uyakusihlola isifo; uma sibonakala sishonile kunesikhumba noboya bubuncane kuso, izinwele zimpofana, umphristi uyakumemezela ukuthi ungcolile: ngumuna, wuchoko lwekhanda noma lwesilevu.


Uma umphristi esihlola isifo somuna, sibonakala singashonile kunesikhumba, kungekho zinwele ezimnyama kuso, khona umphristi uyakumvalela onesifo somuna izinsuku eziyisikhombisa.


uyakuphuca izinwele, kodwa akayukuwuphuca umuna, umphristi uyomvalela onomuna ezinye izinsuku eziyisikhombisa.


“Yonke imisebenzi yabo bayenza ukuba babukwe ngabantu. Amabhande abo abawabopha ebunzini uma bekhuleka bawenza abe banzi, benze izinsephe ezinkulu.


Wena luqobo ozigqaja ngomthetho, awukhombisi yini ukungamhloniphi uNkulunkulu ngokweqa umthetho na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ