Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 13:21 - IsiZulu 2020

21 Uma umphristi elihlola kodwa bungekho uboya obumhlophe kulo, futhi lingashonile kunesikhumba, kepha selifiphele, umphristi uyakumvalela izinsuku eziyisikhombisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Kepha uma umpristi elibheka, kungekho boya obumhlophe kulo, lingashonile kunesikhumba, kodwa lifiphele, bheka, khona umpristi uyakumvalela izinsuku eziyisikhombisa;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Kodwa uma umpristi elibona, alibona, akukho boya obumhlophe kulo, futhi uma lingashonile kunesikhumba, kodwa lifiphele, khona-ke umpristi kumelwe amvalele izinsuku eziyisikhombisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 13:21
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

umphristi uyakulihlola, uma libonakala lishonile kunesikhumba, futhi noboya sebuphenduke baba mhlophe, umphristi uyakumemezela ukuthi ungcolile: yisifo esithathelanwayo, sivele ethumbeni.


Uma libhebhetheka esikhumbeni, umphristi uyakumemezela ukuthi ungcolile; yisifo.


Uma ibala elikhanyayo limhlophe esikhumbeni senyama yakhe, futhi libonakala lijulile esikhumbeni, noboya obukulo sebuphenduke baba mhlophe, umphristi uyakumvalela onesifo izinsuku eziyisikhombisa.


ukuba lowo muntu anikelwe kuSathane, kubhujiswe umzimba, ukuze kusindiswe umoya wakhe ngosuku lweNkosi uJesu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ