Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 11:5 - IsiZulu 2020

5 imbila, nakuba nayo yetshisa, kodwa ayinazo izinselo ezehlukene; ingcolile kini;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 nembila, ngokuba iyetshisa, ingahlukanisi kodwa inselo; ingcolile kini;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Nembila, ngokuba iyetshisa, kepha izinzipho azihlukani; ungcolile kini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 11:5
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bafa besebasha, ukuphila kwabo kuphelele ehlazweni.


Izintaba eziphakemeyo ngezezimbuzi zasendle, amawa ayisiphephelo sezimbila.


izimbila ziyisizwe esibuthakathaka, kanti ziyakha izindlu zazo edwaleni;


zonke ezinezinselo ezehlukene, izinselo ezehlukene kabili, nezetshisayo emfuyweni, niyakuzidla.


“ ‘Kepha phakathi kwalezo ezetshisayo noma ezinselo zehlukene, aniyukuzidla lezi ezilandelayo: ikameli noma nje nalo letshisa, kodwa alinazo izinselo ezehlukene; lingcolile kini;


unogwaja uyetshisa, kodwa awunazo izinselo ezehlukene; ungcolile kini;


Kodwa yilowo nalowo owezwayo lawa mazwi ami, angawenzi, uyakufaniswa nendoda eyisiwula eyakha indlu yayo esihlabathini.


Kepha lezi aniyukuzidla kulezo ezetshisayo nezehlukene izinselo: ikamela, unogwaja, nembila, ngokuba ziyetshisa, azehlukene izinselo; zingcolile kini,


abanesimo sokumesaba uNkulunkulu, kodwa bewaphika amandla okukholwa; labo-ke wobagwema.


Bavuma ukuthi bayamazi uNkulunkulu, kepha bayamphika ngemisebenzi yabo, bangabenyanyekayo, abangalaleli, abangalungele lutho oluhle abangalwenza.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ