Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 11:27 - IsiZulu 2020

27 Zonke ezihamba ngezidladla kuzo zonke izilwane ezihamba ngezinyawo ezine zingcolile kini; bonke abathinta izidumbu zazo bayakuba ngabangcolile kuze kuhlwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Nazo zonke ezihamba ngezidladla kuzo zonke izilwane ezihamba ngezinyawo ezine zingcolile kini; bonke abathinta izidumbu zazo bayakuba ngabangcolile kuze kuhlwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Konke okuhamba ngemilenze yakho kuzo zonke izilwane ezihamba ngezinyawo ezine, lezi zingcolile kini; othinta isidumbu sazo uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 11:27
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kodwa zonke ezinye izinambuzane ezinamaphiko nezinyawo ezine ziyisinengiso kini.


“ ‘Zonke izinambuzane ezinamaphiko, ezihamba ngezinyawo zozine, ziyisinengiso kini.


“ ‘Zonke izilwane ezinezinselo ezehlukene inselo, zingehlukene kabili, futhi zingetshisi, zingcolile kini; bonke abazithintayo bayakuba ngabangcolile.


Othwala isidumbu saso uyohlanza izingubo zakhe, abe ngongcolile kuze kuhlwe; zingcolile kini.


“Oyongena endlini ngezinsuku isavaliwe uyakuba ngongcolileyo kuze kuhlwe.


Umphristi uyakunikela ngawo, elinye libe ngumnikelo wesono, elinye libe ngumnikelo wokushiswa; uyakumenzela ukubuyisana phambi kukaSimakade ngenxa yokumfimfa kwakhe.


Lowo obehambise impongo ku-Azazeli uyohlanza izingubo zakhe, ageze umzimba ngamanzi, andukuba angene enkanjini.


“ ‘Noma ngubani odla ingcuba noma isilwane esidweshulwe yizilo, noma ngabe ungowolibo noma ngumfokazi, uyohlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolileyo kuze kuhlwe, bese eyahlambuluka.


Umuntu oyothinta okunjalo uyokuba ngongcolileyo kuze kuhlwe, angazidli izinto ezingcwele, aze ageze umzimba wakhe ngamanzi.


Umphristi uyohlanza izingubo zakhe, ageze umzimba ngamanzi ngaphambi kokuyongena enkanjini; abe ngongcolileyo kuze kuhlwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ