Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 11:22 - IsiZulu 2020

22 kuzo niyodla lezi: isikhonyane ngezinhlobo zaso, amaboni ngezinhlobo zawo, amadiye ngezinhlobo zawo, nezintethe ngezinhlobo zazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 kuzo ningadla lezi: isikhonyane ngezinhlobo zaso, namaboni ngezinhlobo zawo, namadiye ngezinhlobo zawo, nezintethe ngezinhlobo zazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Nalezi kuzo ningazidla; isikhonyane ngezinhlobo zaso, nezinkumbi ngezinhlobo zazo, nezinkumbi ngezinhlobo zazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 11:22
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Qinisani izandla eziyethileyo, niqinise amadolo axegayo.


Kepha lezi kuzo zonke izinambuzane ezinamaphiko, ezihamba ngezinyawo zozine, niyakuzidla, ezinamanqina ngaphezu kwezinyawo ezigxuma ngazo emhlabeni;


Kodwa zonke ezinye izinambuzane ezinamaphiko nezinyawo ezine ziyisinengiso kini.


UJohane wayenengubo yoboya bekameli noqhotho lwesikhumba okhalo lwakhe. Wayedla izinkumbi noju lwasendle.


UJohane wayegqoke ingubo yoboya bekameli, ebophe umchilo woqhotho lwesikhumba okhalo lwakhe, edla izinkumbi noju lwasendle.


Kepha memukeleni obuthakathaka ekukholweni, kungabi ngemidlinzo yokumehlulela.


Kepha thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka balabo abangenamandla, singazithokozisi thina.


Kuningi esingakusho ngalokho, kodwa kulukhuni ukunichazela, ngokuba nilukhuni ukuzwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ