Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 11:11 - IsiZulu 2020

11 Ziyoba yisinengiso kini; aniyukuyidla inyama yazo; nezilwane ezifile niyozithatha njengezinengekayo kini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Zoba yisinengiso kini; ningadli inyama yazo; izidumbu zazo ziyakunengeka kini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ziyakuba yisinengiso kini; aniyikuyidla inyama yazo, kepha izidumbu zazo ziyakuba yisinengiso kini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 11:11
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Thatha amabhanqa ayisikhombisa azo zonke izilwane ezihlanzekile, iduna nensikazi, nakulezo ezingahlanzekile uthathe ngazimbili, iduna nensikazi.


Uthathe kulo lonke uhlobo lwezinyoni zezulu zibe ngamabhanqa ayisikhombisa: iduna nensikazi, ukuze kulondolozeke izinhlobo zazo emhlabeni wonke.


Kepha zonke ezingenazigwedlo namazenga ezisolwandle nasemifuleni, nazo zonke ezitshuza emanzini, nakho konke okuphila emanzini kungamanyala kini.


Zonke ezisemanzini ezingenazigwedlo namazenga ziyinto enengekayo kini.


“ ‘Nazi eziyakuba yisinengiso kini ezinyonini; aziyukudliwa, ziyisinengiso: ukhozi, inqe, ingqungqulu,


“Khulumani kubantu bakwa-Israyeli, nithi: ‘Phakathi kwazo zonke izilwane eziphilayo emhlabeni, nazi eningazidla:


Noma ngubani othinta noma yini engcolileyo, kungaba yisidumbu sesilwane esingcolileyo, noma yisidumbu semfuyo engcolileyo, noma yisidumbu sesilwane esinwabuzelayo esingcolileyo, engasibonanga, nokho uyoba ngongcolileyo, abe necala.


Nazi izilwane eniyakuzidla: inkomo, imvu, imbuzi,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ