Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 10:5 - IsiZulu 2020

5 Base besondela, babasusa bembethe amabhantshi abo, babakhiphela ngaphandle kwenkambu, njengalokhu eshilo uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Base besondela, babasusa bembethe amabhantshi abo, babakhiphela ngaphandle kwekamu,* njengalokho eshilo uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Base besondela, babathwala bembethe izingubo zabo, babasusa ekamu; njengokutsho kukaMozisi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 10:5
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wahamba wasifica isidumbu sidindilize endleleni, kumi imbongolo nengonyama eceleni kwaso. Ingonyama yayingasidlanga isidumbu, futhi ayiyidwengulanga nembongolo.


Bese uthatha izingubo zobuphristi umgqokise u-Aroni ingubo, ibhantshi, ingubo yamahlombe, nesivikelo sesifuba, umbophe ngebhande lengubo yamahlombe elifekethisiweyo.


UMose waletha namadodana ka-Aroni, wawagqokisa amabhantshi, wawabopha ngamabhande, wawafaka izigqoko njengalokhu uSimakade ayemyalile.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ