ULevitikusi 1:9 - IsiZulu 20209 ezangaphakathi namanqina ayokugeza ngamanzi, umphristi bese ekushisa konke kube ngumnikelo wokushiswa, umnikelo womlilo, ube yiphunga elimnandi kuSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 ahlanze izibilini zalo namanqina alo ngamanzi, umpristi akushise konke e-altare, kube ngumnikelo wokushiswa, umnikelo womlilo, ube yiphunga elimnandi kuJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Kodwa kumelwe ageze izibilini zakhe namanqina akhe ngamanzi, futhi umpristi kumelwe akushise konke e-altare njengomnikelo wokushiswa, umnikelo womlilo onephunga elimnandi kuJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
ngesikhathi sengibangenise ezweni engangifungile ukuthi ngiyobanika lona. Kwathi lapho bebona amagquma aphakemeyo nazo zonke izihlahla ezinamacembe, base benikela lapho ngemihlatshelo yabo, bangichukuluza ngeminikelo yabo, benza lapho kwaba nephunga elimnandi, bathululela lapho iminikelo yokuphuzwayo.