Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 1:8 - IsiZulu 2020

8 Amadodana ka-Aroni angabaphristi ayohlela izitho: inhloko, namanoni phezu kwezinkuni ezisemlilweni e-althare,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 amadodana ka-Aroni, abapristi, ahlele izitho, nenhloko, namanoni, phezu kwezinkuni ezisemlilweni ophezu kwe-altare,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Abapristi, amadodana ka-Aroni, kumelwe bahlele izingxenye, ikhanda namanoni, phezu kwezinkuni ezisemlilweni ophezu kwe-altare.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 1:8
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mabasinike izinkunzi ezimbili, bazikhethele inkunzi ibe yodwa, bayihlahlele, bayibeke phezu kwezinkuni, bangawokheli umlilo, nami ngiyakulungisa enye inkunzi, ngiyibeke phezu kwezinkuni, nami angiyukuwokhela umlilo.


Wahlela izinkuni, wayihlahlela inkunzi, wayibeka phezu kwezinkuni.


Izingwegwe, ubude bazo obabungangobubanzi besandla, zazifakwe ngaphakathi nxazonke. Kwakukhona inyama yomnikelo ematafuleni.


Liyakukhishwa izitho, inhloko namanoni alo, umphristi akuhlele phezu kwezinkuni eziphezu kwe-althare,


Uyothatha kulowo mnikelo wokuthula anikele ngawo ube ngumnikelo womlilo kuSimakade, umhlwehlwe nawo wonke amanoni amboze ezangaphakathi,


izinso zombili namafutha azembozile ngasokhalo, nengxenye yesibindi, akukhiphe konke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ