Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 8:9 - IsiZulu 2020

9 UJoshuwa wabathuma baya kuleyo ndawo ababezogwaca kuyo, bazifihla phakathi kweBhetheli ne-Ayi, ngasentshonalanga e-Ayi. Ngalobo busuku uJoshuwa walala phakathi kwabantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UJoshuwa wayesebathuma, baya ukuyoqamekela, bahlala phakathi kweBethele ne-Ayi ngasentshonalanga kwase-Ayi; uJoshuwa walala lobo busuku phakathi kwabantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 UJoshuwa wabathuma, baqamekela, bahlala phakathi kweBethele ne-Ayi ngasentshonalanga kwase-Ayi; kepha uJoshuwa walala phakathi kwabantu ngalobo busuku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 8:9
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wasuka lapho waya kwelezintaba empumalanga yeBhethele, wagxumeka ithende lakhe lapho. IBhethele yayingasentshonalanga, i-Ayi ingasempumalanga. Kulapho-ke akhela khona uSimakade i-althare, wakhuleka egameni likaSimakade.


Izipho zamendulela, kodwa yena ngalobo busuku wasala, walala lapho babekanise khona.


UJoshuwa wathumela amadoda esuka eJerikho eya e-Ayi, umuzi owawuseduzane neBhethi Aveni ngasempumalanga yeBhethele, wathi kuwo: “Khuphukani niyohlola izwe.” Amadoda ahamba, awuhlola umuzi i-Ayi.


UJoshuwa wavuka ekuseni wahlela abantu, base beyakhuphuka phambi kwabantu, yena namalunga akwa-Israyeli, baya e-Ayi.


Wakhetha amabutho ayizi-5 000 wawabeka phakathi kweBhetheli ne-Ayi, entshonalanga e-Ayi.


Lapho seniwudlile umuzi, niyakuwuthungela ngomlilo, nenze njengalokhu uSimakade eniyalile. Bhekani, senginiyalile.”


Wabathumelela abaseBhethele, abaseRamothi eNegevu, abaseJathiri,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ