UJoshuwa 8:2 - IsiZulu 20202 Uyakwenza e-Ayi nasenkosini yakhona lokho okwenzile eJerikho nasenkosini yakhona; impango yalo kuphela nemfuyo yalo eniyakuzithathela khona. Gwacani ngemuva komuzi.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 uyakwenza kulo i-Ayi nenkosi yalo njengalokho wenza kulo iJeriko nenkosi yalo; impango yalo kuphela nezinkomo zalo niyakuziphangela khona. Wuqamekele umuzi emva kwawo.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20242 Uyakwenza kulo i-Ayi nenkosi yalo njengalokho wenza kulo iJeriko nenkosi yalo; kuphela impango yalo nezinkomo zalo niyakuzithathela lona; ziqamekele umuzi emva kwawo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Lapho u-Adoni Zedeki, inkosi yaseJerusalema, esezwile ukuthi uJoshuwa uyidle kanjani i-Ayi, wayishaya wayiqothula, wenza kuyo i-Ayi nenkosi yayo njengalokhu ayenzile kulo iJerikho nenkosi yalo, nokuthi izakhamuzi zaseGibheyoni zasenza kanjani isivumelwano sokuthula no-Israyeli, zahlala phakathi kwakhe;