UJoshuwa 6:5 - IsiZulu 20205 Kuyothi lapho beshaya uphondo lwenqama isikhathi eside, lapho nje nikuzwa ukukhala kwecilongo, bonke abantu bayakumemeza ngesaho esikhulu, udonga lomuzi luyakudilika bese bonke abantu begasela phakathi.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Kuyakuthi lapho bekhalisa kade uphondo lwejubili* nalapho nilizwa izwi lecilongo, bonke abantu bakhamuluke ngokukhamuluka okukhulu, ugange lomuzi luwele phansi endaweni yalo, abantu bakhuphuke, yilowo nalowo aqonde phambili nje.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20245 Lapho bebetha uphondo lwenqama isikhathi eside, lapho nizwa ukukhala kwecilongo, bonke abantu bayakukhamuluka ngokukhamuluka okukhulu; ugange lomuzi luyakuwa, abantu bakhuphuke, kube yilowo nalowo phambi kwakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |