Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 6:20 - IsiZulu 2020

20 Abantu bamemeza kakhulu, kwakhala amacilongo. Kwathi ukuba abantu bezwe ukukhala kwamacilongo, bamemeza kakhulu, lwawa udonga, ngakho-ke abantu bawuthelekela, bawudla umuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Abantu base bekhamuluka, amacilongo abethwa; kwathi lapho abantu bezwe ukukhala kwecilongo, abantu bakhamuluka ngokukhamuluka okukhulu, ugange lwawela phansi endaweni yalo, abantu benyukela emzini, yilowo nalowo waqonda phambili nje, bawuthatha umuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Abantu basebekhamuluka lapho abapristi bebetha amacilongo; lapho abantu bezwa ukukhala kwecilongo, abantu bekhamuluka ngokukhamuluka okukhulu, ugange lwawa bhusma, kangangokuthi abantu bakhuphuka. Bangena emzini, wonke umuntu ephambi kwakhe, bawuthatha umuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 6:20
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abantu bakwaJuda base benza isaho, bekhuza iziqubulo zempi, kwathi lapho abakwaJuda bekhamuluka, uNkulunkulu washaya uJerobhowamu no-Israyeli wonke phambi kuka-Abhiya noJuda.


usuku lokukhala kwecilongo nokukhuza iziqubulo zempi emizini ebiyelweyo nasemibhoshongweni esemakhoneni.


Ngokukholwa, zawa izingange eJerikho emva kokuzungezwa izinsuku eziyisikhombisa.


Kuyothi lapho beshaya uphondo lwenqama isikhathi eside, lapho nje nikuzwa ukukhala kwecilongo, bonke abantu bayakumemeza ngesaho esikhulu, udonga lomuzi luyakudilika bese bonke abantu begasela phakathi.”


Kwathi lapho umphongolo wesivumelwano sikaSimakade ufika enkanjini, u-Israyeli wonke wakhamuluka ngezwi elikhulu, kwaze kwazamazama umhlaba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ