UJoshuwa 6:10 - IsiZulu 202010 UJoshuwa wabayala abantu, wathi: “Aniyukukhuza saga, aniyukumemeza, futhi aniyukusho lutho kuze kube lusuku engiyonitshela ngalo ukuba nikhuze isaga. Lapho-ke niyakumemeza nikhamuluke.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 UJoshuwa wayala abantu, wathi: “Aniyikukhamuluka; ningalizwakalisi izwi lenu, kungaphumi gama emlonyeni wenu, kuze kufike usuku engiyakuthi ngalo kini: ‘Khamulukani!’ Bese nikhamuluka.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202410 UJoshuwa wayala abantu, wathi: “Aniyikukhamuluka, ningakhamuki ngezwi lenu, kungaphumi lizwi emlonyeni wenu, kuze kufike usuku enginiyala ngalo ukuba nimemeze; khona-ke kufanele umemeze. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |