Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 4:8 - IsiZulu 2020

8 Abantu bakwa-Israyeli benza njengoba uJoshuwa wayebayalile; bathatha amatshe ali-12 phakathi neJordani njengalokhu uSimakade ayeshilo kuJoshuwa, njengokwezizwe zakwa-Israyeli; bawathwala bawela nawo, baya endaweni lapho babezolala khona, base bewabeka phansi lapho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Abantwana bakwa-Israyeli benza-ke njengalokho uJoshuwa ebayalile, bakhipha amatshe ayishumi nambili phakathi kweJordani, njengalokho uJehova ekhulumile kuJoshuwa, njengokomumo wezizwe zabantwana bakwa-Israyeli; bawela nawo, baya endaweni yokulala, bawabeka khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Abantwana bakwa-Israyeli benza njengalokho uJoshuwa ebayalile, bakhipha amatshe ayishumi nambili phakathi kweJordani, njengalokho uJehova eshilo kuJoshuwa, ngokwenani lezizwe zabantwana bakwa-Israyeli, bahamba nawo baya entabeni. Lapho abalala khona, bazibeka phansi khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 4:8
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abantu bakwa-Israyeli bahamba njengoba uSimakade ebayalile oMose no-Aroni.


UMose wawabhala wonke amazwi kaSimakade. Wavuka ekuseni ngovivi, wakha i-althare phansi kwentaba, wamisa izinsika ezili-12 ngokwezizwe ezili-12 zakwa-Israyeli.


Lawo matshe ali-12 ababewathathe eJordani, uJoshuwa wawamisa eGiligali,


UJoshuwa wamisa amanye amatshe ali-12 phakathi nomfula iJordani, endaweni lapho izinyawo zabaphristi ababethwele umphongolo wesivumelwano zazimi khona. Asekhona lapho kuze kube namuhla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ