Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 22:32 - IsiZulu 2020

32 Umphristi uFinehasi, indodana ka-Eleyazare, nezikhulu babuyela emuva besuka kwaRubeni nakwaGadi kwaGileyadi eKhanani, babuyela kwa-Israyeli nezwi abaliphathisiwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 UFinehasi indodana ka-Eleyazare umpristi nezikhulu babuya kubantwana bakwaRubeni nakubantwana bakwaGadi ezweni lakwaGileyadi, bebuyela ezweni laseKhanani kubantwana bakwa-Israyeli, bababuyisela izwi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 UFinehasi, indodana ka-Eleyazare, umpristi, nezikhulu babuya kubantwana bakwaRubeni nakubantwana bakwaGadi ezweni lakwaGileyadi, baya ezweni laseKhanani kubantwana bakwa-Israyeli, babavumela ukuba babavumele yazi futhi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 22:32
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Njengokubanda kweqhwa ngosuku lokuvuna, sinjalo isithunywa esithembekileyo kosithumileyo, ngokuba sivuselela ukuphila kumniniso.


Umphristi uFinehasi, indodana ka-Eleyazare, wathi kwabakwaRubeni nabakwaGadi nabakwaManase: “Namuhla sesiyazi ukuthi uSimakade uphakathi kwethu, ngokuba anisenzanga lesi siphambeko kuSimakade; namuhla nibasindisile abakwa-Israyeli esandleni sikaSimakade.”


Umbiko wabathokozisa abakwa-Israyeli, base bembonga uNkulunkulu, ababe besayiphatha eyokukhuphuka babahlasele ukuze babhubhise izwe abahlala kulo abozalo lukaRubeni nabolukaGadi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ