UJoshuwa 22:30 - IsiZulu 202030 Lapho uFinehasi umphristi, izikhulu zenhlangano, nezinhloko zemindeni yakwa-Israyeli ababenaye bezwa lawo mazwi akhulunywa ngabozalo lukaRubeni, olukaGadi, nolukaManase, beneliseka. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE30 Kuthe uFinehasi umpristi, nezikhulu zenhlangano, izinhloko zemindeni yakwa-Israyeli ezazinaye sezizwile amazwi akhulunywa ngabantwana bakwaRubeni, nangabantwana bakwaGadi, nangabantwana bakwaManase, kwaba kuhle emehlweni abo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202430 Kwathi uFinehasi umpristi nezinduna zenhlangano nezinhloko zezinkulungwane zakwa-Israyeli ezazinaye bezwa amazwi abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nabantwana bakwaManase ababewakhulumile, kwaba kuhle emehlweni abo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
U-Akhishi wambiza uDavide, wathi kuye: “Ngifunga ngiyagomela phambi kukaSimakade, wena uqotho; ngikubone kukuhle emehlweni ami ukuba uphume futhi ubuye nami empini, ngokuba angifumananga bubi kuwe kusukela ngosuku owafika ngalo kimi kuze kube namuhla, kodwa amakhosi awakuboni kukuhle ukuba uhambe nathi.