Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 21:13 - IsiZulu 2020

13 IHebhroni umuzi wokuphephela umbulali namadlelo alo, iLibhina namadlelo alo, bakunika abozalo luka-Aroni umphristi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Abantwana bakwa-Aroni, umpristi, babanika iHebroni kanye namadlelo alo, umuzi wokuphephela wombulali, neLibina kanye namadlelo alo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Babanika abantwana bakwa-Aroni umpristi iHebroni nedlelo layo, libe ngumuzi okhululekile wokuhlatshwa; neLibina nedlelo layo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 21:13
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abakwa-Edomi base behlubuka-ke phansi kwesandla sakwaJuda kuze kube namuhla. Kwahlubuka futhi neLibhina ngaso leso sikhathi.


Wabuya uRabi Shake, wafumana inkosi yase-Asiriya ilwa neLibhina, ngokuba wayezwile ukuthi isukile eLakhishi.


“Imizi eniyoyinika abaLevi iyoba yimizi eyisithupha yokuphephela, lapho umbulali eyobalekela khona ukuba aphephe kuyo. Ngaphandle kwayo, niyobanika imizi engama-42.


UJoshuwa wasuka eMakheda nabo bonke abakwa-Israyeli, baya eLibhina, balwa nalo.


iHumitha, iKiriyathi Arbha eliyiHebhroni, neZiyori; isiyonke imizi iyisishiyagalolunye nemizana yayo.


Behlukanisa iKadeshi eGalile ezintabeni kwaNafethali, iShekhemi ezintabeni kwa-Efrayimi, iKiriyathi Arbha eliyiHebhroni ezintabeni kwaJuda.


Kodwa amasimu omuzi nemizana yawo bakunika uKhalebhu indodana kaJefune kwaba yifa lakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ