UJoshuwa 20:6 - IsiZulu 20206 Umbulali uyohlala kulowo muzi kuze kuthethwe icala lakhe ebandla, kuze kufe umphristi omkhulu wangaleso sikhathi, ngaphambi kokuba umbulali abuyele ekhaya, emzini ayebaleke kuwo.’ ” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Uyakuhlala kulowo muzi aze eme phambi kwenhlangano ukuba kuthethwe icala, kuze kufe umpristi omkhulu okhona ngalezo zinsuku, andukuba umbulali abuye, afike kowakhe umuzi, nakweyakhe indlu, yebo, kulowo muzi abaleka kuwo.’ ” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20246 Kumelwe ahlale kulowo muzi aze ame phambi kwenhlangano ukuze ahlulelwe futhi kuze kube sekufeni kompristi ophakeme oyoba khona ngalezo zinsuku, eya emzini abalekela kuwo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |