Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 19:41 - IsiZulu 2020

41 Indawo eyayiyifa laso kwakuyiZora, i-Eshithawoli, i-Iri Shemeshi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Umkhawulo wefa labo wawuyiSora, ne-Eshitawoli, ne-Iri Shemeshi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Umkhawulo wefa labo wawuyiZora, ne-Eshitawoli, ne-Irsememi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 19:41
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Imindeni kaKiriyathi Jeharimi kwakungamaJetheri, amaPhuthi, amaShumathi namaMishirayithi; kubo kwavela amaZorathi nama-Eshithawoli.


iZora, i-Ajaloni, neHebhroni; leyo mizi ebiyelweyo yayikwaJuda nakwaBhenjamini.


Unkatho lwesikhombisa lwadla isizwana sabozalo lukaDani ngemindeni yaso.


Kwakukhona indoda ethile eZora, yomndeni wakwaDani, igama layo kunguManowa. Umkayo wayeyinyumba, engenabantwana.


UMoya kaSimakade waqala ukumsebenzisa ngesikhathi eseMahane Dani, phakathi kweZora ne-Eshithawoli.


Kwase kwehla abafowabo, nabo bonke abendlu kayise, bamthatha, bakhuphuka naye, bamngcwaba phakathi kweZora ne-Eshithawoli, ethuneni likaManowa, uyise. Wayehlulele u-Israyeli iminyaka engama-20.


Abozalo lukaDani bathumela amaqhawe amahlanu emele yonke imindeni yabo, kusukela eZora nase-Eshithawoli, ukuba ayohlola izwe, bathi kuwo: “Hambani nihlole izwe.” Lapho efika kwelezintaba kwa-Efrayimi, endlini kaMikha, ahlala lapho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ