Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 19:34 - IsiZulu 2020

34 bese uyajika umngcele ubheke ngasentshonalanga e-Azinothi Thabhori; udlule lapho uye eHukhokhi, uze uyofika kwaZebuloni ngaseningizimu, nakwa-Asheri ngasentshonalanga, nakwaJuda ngaseJordani ngasempumalanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 umkhawulo wawusujika ngasentshonalanga, waya e-Azinoti Thabori; waphuma lapho, waya eHukoki; wafinyelela kwaZebuloni ngaseningizimu, wafinyelela kwa-Asheri ngasentshonalanga nakwaJuda ngaseJordani ngasempumalanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Umkhawulo wajika ngasentshonalanga e-Ashinoti-Thabori, waphuma lapho, waya eHukoki, wagijima waya kwaZebuloni ngaseningizimu, wafinyelela kwa-Asheri ngasentshonalanga, nakwaJuda ngaseJordani ngasempumalanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 19:34
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“NgoNafethali wathi: ‘Nafethali, ugcwele umusa, ugcwele isibusiso sikaSimakade: uyakudla intshonalanga neningizimu.’


ujike eSaridi, ubheke ngasempumalanga lapho kuphuma khona ilanga, uze uyofika emngceleni eKhisilothi Thabhori, usuke lapho ubheke eDabherathi, bese wenyukela eJafiya;


umngcele wabo uze ufinyelele eThabhori, eShahazuma, naseBhethi Shemeshi; uze uphele eJordani, imizi eli-16 nemizana yayo.


Umngcele wabo wawusuka eHelefi kulo i-okhi eZahananimi, e-Adamu Nekhebhi, naseJabhineyeli, uze uyofika eLakhumi; uphele eJordani,


Imizi ebiyelwe kwakuyiZidimi, iZeri, iHamathi, iRakhathi, iKhinerethi,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ