Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 19:22 - IsiZulu 2020

22 umngcele wabo uze ufinyelele eThabhori, eShahazuma, naseBhethi Shemeshi; uze uphele eJordani, imizi eli-16 nemizana yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 umkhawulo wafinyelela eThabori, naseShahasuma, naseBeti Shemeshi; ukuphuma komkhawulo wabo kwakuseJordani, imizi iyishumi nesithupha nemizana yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Umkhawulo usuka eThabori, naseSahasima, naseBeti Shemeshi; ukuphuma komkhawulo wabo kwaseJordani: imizi eyishumi nesithupha nemizana yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 19:22
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

uBheni Dekeri eMakhasi, eShahalabimi, eBhethi Shemeshi, nase-Eloni Bhethi Hanani;


Abozalo lukaGereshomu, ngemindeni yabo, anikwa esizwaneni sakwa-Isakhare, nesakwa-Asheri, nesakwaNafethali, nasengxenyeni yesizwana sakwaManase, eBhashani, kwaba yimizi eli-13.


Kwathi abozalo lukaMerari abebesele banikwa esizwaneni sakwaZebuloni: iRimono namadlelo alo, iGabhori namadlelo alo,


Nguwe owadala inyakatho neningizimu, iThabhori neHermoni kuyathokoza egameni lakho.


“Ngifunga ngiyagomela,” kusho iNkosi, egama layo kunguSimakade Wamabandla, “kukhona ozayo ofana neThabhori phakathi kwezintaba, nanjengeKharmeli ngasolwandle.


ujike eSaridi, ubheke ngasempumalanga lapho kuphuma khona ilanga, uze uyofika emngceleni eKhisilothi Thabhori, usuke lapho ubheke eDabherathi, bese wenyukela eJafiya;


iRemethi, i-Eni Ganimi, i-Eni Hada, iBhethi Phazezi;


Yileso-ke isabelo sesizwe sabozalo luka-Isakhare ngemindeni yabo, le mizi nemizana yayo.


iJireyoni, iMigidaliyeli, iHoremi, iBhethi Anathi, iBhethi Shemeshi, nemizi eli-19 nemizana yayo.


i-Ayini namadlelo alo, iJutha namadlelo alo, neBhethi Shemeshi namadlelo alo, imizi eyisishiyagalolunye ivela kulezi zizwana ezimbili.


Kwathi ukuba uSisera bamtshele ukuthi uBharaki, indodana ka-Abhinowami, wenyukele entabeni iThabhori,


Wathumela eKedeshi kwaNafethali ukuba kubizwe uBharaki, indodana ka-Abhinowami, wathi kuye: “USimakade, uNkulunkulu ka-Israyeli, ukuyale wathi: ‘Hamba umise entabeni iThabori, uthathe amabutho ayizi-10 000 ozalweni lukaNafethali nolukaZebuloni uye nawo entabeni iThabhori.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ