Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 18:19 - IsiZulu 2020

19 Wedlulela ngasenyakatho yomthambeka waseBhethi Hogila, uze uphelele echwebeni loLwandle Lukasawoti, ekugcineni ngaseningizimu yeJordani. Yilowo-ke umngcele wangaseningizimu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 umkhawulo wadlula, waya eceleni kweBeti Hogila ngasenyakatho, ukuphuma komkhawulo kwakungasethekwini lasenyakatho koLwandle Lukasawoti ngasekugcineni kweJordani ngaseningizimu; lokho kwakungumkhawulo waseningizimu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Umkhawulo wadabula waya ohlangothini lweBeti Hogi ngasenyakatho; ukuphuma komucu kwakungasethekwini elisenyakatho yoLwandle Lukasawoti ngasekugcineni kweJordani ngaseningizimu; kwakungugu oluseningizimu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 18:19
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wonke lawo makhosi ahlanganisela amabutho awo esigodini iSidimu, okuwuLwandle Lukasawoti.


USimakade wayibhubhisa kanjalo-ke leyo mizi nesifunda sonke, nabo bonke ababakhe kuyo, nokumile emhlabathini.


USimakade uyoqalekisa itheku lolwandle leGibhithe, anyakazise isandla sakhe phezu komfula awuhwamukise ngekhoza lomoya wakhe, awushaye ube yimifudlana eyisikhombisa, ongayiwela uhamba ngezinyawo.


Uhlangothi lwaseningizimu luyosuka ehlane iZini, lugudle kwa-Edomi. Umngcele wenu waseningizimu uyosuka ekugcineni koLwandle Lukasawoti, ngasempumalanga.


i-Araba, neJordani kwaba ngumngcele kusukela eKhinerethi kuze kube solwandle i-Araba, kuya oLwandle Lukasawoti, phansi kwemithambeka iPhisiga, ngasempumalanga.


ne-Araba kuya olwandle iKhinerethi, kuya oLwandle i-Araba, nasoLwandle Lukasawoti ngasempumalanga, endleleni eya eBhethi Jeshimothi eningizimu phansi kwemithambeka iPhisiga,


Umngcele wabo ngaseningizimu wawuhamba usuka ekugcineni koLwandle Lukasawoti, kusukela ngasechwebeni elibheke ngaseningizimu;


udlule ubheke enyakatho emthambekeni eBhethi Araba wehle uze ufinyelele e-Araba.


IJordani ingumngcele ongasempumalanga. Lesi yisabelo sabozalo lukaBhenjamini ngokwemindeni yabo. Uzungeza kusukela emngceleni kuya komunye.


amanzi anqamuka ukugeleza, aba yintaba aze ayofinyelela ngase-Adamu, eliseduze neZarethani. Kwathi amanzi agelezela olwandle i-Araba, uLwandle Lukasawoti nawo anqamuka, abantu bawela umfula maqondana neJerikho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ